Ai maMbotho, kwaze kwaqondana bo yey. Koda ke mina ngila endaweni yaseMpangeni ngemuva nje kwaseSkhawini koda nje ai, ngyabonga mina...🚮😏! UShembe akwandisele ntomb'endala...🙏🏽😌💯
Ei cc MaMbhutho ai uyakhuluma gogo syabonga, Mina ngihlala eMatikwe uqinsile impela nangalendawo isikuyo, ukhule nje gogo uloku usicathulisa, syabonga🙏🙏🙏💖💖
Almighty God 🙏 Bless you moya ongcwele ibanathi nkosi kulesikhathi esinzima. uNkulunkulu akukhave ngegazilika Jesu cc.Get more wisdom to almighty God 🙏.
Amen ngicela ukusizakala ungibhekele manje ku Whatsapp wakho since March awungiphenduli ngicela mhlampe enyi ndlela yokukuthola kubi ngisenkingeni kunzima
Thokoza gogo thank you so much you have helped me a lot may God bless you are so true and may God bless you Thokoza I don't know whether this is aloud I can help dis person and I promise 👏👏🧜♀️🧜♂️🙏🙏
Siyabonga Gogo Mina Nginokumphupha Umuntu Most Of The Time Ngiphupha Ngilwa Nabantu Engingabazi Mangibanqoba Sengibona Engimaziyo Hawu Kanti Lomuntu Sibangani
Sawubona Mama Mbotho. Siya Thokoza nge nfundiso yakho. Ngisacela uyendze iVideo, nga maphupo aku phupa umuntu or wena uzishutha isithombe. Ukuphupa u bambe iphone ubona izithombe zakho. Ngiya bonga 🙏🏽 Makwande 🕯️ Mina ke mama abathakathi ngiya ba bona nga mehlo wami ebusuku ngilele.
Thokoza gogo ey wakhuluma indaba ejulile, lama stages owabalayo ngathi uxoxa indaba yami mina nje ngikhule ngithakathwa kusukela ebuncaneni bami umama ethuthele kuyo lendawo esihlala kuyo manje till today, before I even knew or have an understanding yokuthi nginesiphiwo sabantu abadala njalo ngibaphupha , manje isijule kakhulu indaba yami nabo ngoba I can see right through them nabo bayangbona ukuthi angihleki nencane ehlekisayo bangcolile and angizihlanganisi nabo sekunzima nokungibuza ngempilo yami indlela abangishalazela ngayo ngoba bayabona imizamo yabo yeminyaka ayiphumeleli… angisathandi ukuhlala kuleyandawo but ngenxa yesimo ngihleli, umkhuleko nedlozi or izidalwa zami ezingembethe ezingivikelayo kukho konke and ngiyabavuma bangivikelile lababantu engihamba nabo angisoze ngabadela ngiyafisa ukulandelela ubizo lwami ngenze i purpose engayzelayo la emhlabeni ngihlenge nomndeni wami ngoba kuningi kakhulu okwenzeka kulowamndeni, I’m at a point of u enough is enough.
Uba umawakhe akasekho, hamba phela uyofuna usizo vele, sebemkhumbulile ubaba. Akayophumula. Kubuhlungu man ukuthakathwa umzali wakho..😢 As for me I wouldn't think twice, if kusho wona amathongo, I'd do it, kodwa not by my will.
Nkonke lokhu okushoyo kwenzeka kimi uqobo emsebenzini angisafunwa muntu ngafika nga this asihlanganisen imali sithenge upolish kuthiwa zenza ntono nasekhaya manje asizwani kubuhlungu nje konke
Thanks!
thanks well spoken, i have witnessed everything you mentioned Gogo and thanks again for eye opening us. 🙏🙏🙏
Thokozani❤ Mambotho kuyoqiniso cc aiyabo ga ngokululekwa kodwa sibonga ithongo ngabe angisekho emhlabeni cc mndeni bomakhelwane nengane yam iqede iskolo manje sengathi yahlanya bese sithi ibhemile yhoo sizophila nabobani
Amen Gogo maMbotho, ngicela ukubuza usatholakala yini Ku 076....135 noma mhlambe khona enye indlela osutholakala ngayo, ngoba ngempela ngidinga usizo kwakho maMbotho, amen Gogo ngisalindele,, ❤🙏
ngiyatholakala kodwa ngike ngikhulume nabawu 6 ngosuku efonini masekuba abafike kumina
Inkosi ikubusise❤
Amen cc Hlengi ndicela nmb yakho ndifuna usizo
Waze wayichaza impilo yam kuyimanje sengakhetha ukungabi namngane, senginkomo edla eyodwa, baze bathi nginenhliziyo embi, ngyabonga iseluleko❤
kubonga mina leso sikhathi uhleli ungasondeze muntu eduze kwakho sisebenzise kakhulu ukuxhumana nokhokhobakho ubike konke uthandaze futhi kuzolunga uzihlambulule
Ai maMbotho, kwaze kwaqondana bo yey. Koda ke mina ngila endaweni yaseMpangeni ngemuva nje kwaseSkhawini koda nje ai, ngyabonga mina...🚮😏! UShembe akwandisele ntomb'endala...🙏🏽😌💯
Ameeeni 🙏🏼
nami ngiseMpangeni okwalezi zinsuku mayelana nendaba enjalo ekumele ilungiseke kakhulu kazi esikhawini ngaphandle liyabhubha cabanga ngoba bengithi mangidlula khona ngicelwe abafana abaziphuzelayo nabazihlalele engingabazi ukuthi ngibathandazele bangibuza ukuthi ngiwumthandazi yini ngendlela okunomoya ongahambi kahle ngakhona kodwa kuzolunga
Yeyi uyabona leyondawo abantu bakhona ngyababonga mina kuze kube namhlanje
Siyabonga Sisi ,iqiniso kodwa leli okhuluma ngalo.Iphutha engisanda kulenza endaweni engisanda kufika kuyona umama wangibuza amagama ami isibongo ekhaya lam ,amakhaya engisuka kulo .Akuphelanga skhathi akasabingeleli abantwana bathi uma bebingelela akavumi.Hay angisazi
lalela wazama ukukusebenza kwasho ukuthi ugadwe abakini kakhulukazi abangamakhehla amabili angavumi nawe kalula ukubonge lokho
Siyabonga sisi kakhulu inkosi ikukhumbile njalo nami ngiyibona ukuthi umthazo ongisizayo noma kungahambi ngendlela engifisa ngayo kodwa songisi zile ngendlela yokuthandaza ngayo ngifisa ukuku bona manje ngisenzela kude ngibuya kabili onyakeni ngiyafisa ukuhlala nawe
yebo mfwethu uthandaze ,ngicela ukubuza kunodade wenu owadlula kini yini ngoba mangiphendula la kuba khona umuntu wesifazane oba seduze nawe kodwa ovela njengomuntu ongasekho othi ukukhanya ngebala omdala kunawe ugcwele nje emzimbeni akasona isidudla kodwa
@@hxmbotho3458 kumama ngingedwa nakubaba angazi hlambe owaphuphuma ngicela I number yakho nokuthi nalapho ngingafak khona imali ukuze ungibhekele
Yazi sisi ngike ngaba nephupho loku bhubha komhlaba njengoba Kade kuzoba iphasika Lana lide kakhulu ngifisa ukuxoxa nawe ngalo ngoba iyo lalinzima
Kungenzeka hlambe waphuphuma coz mina ngingedwa kumama nakubaba noma hlambe ingane Yami yashona ngabe into 19 kulonyaka
Ngicela I number yakho sisi nalapho ngingafak khona imali ukuze ungibhekele ngiyabonga cc
Amen Gogo siyabonga ngeqiniso elinzulu kangaka❤🙏
Mina ngbonga ingilosi yami eyasheshe yangikhanyisela ngifika endaweni, ngyazi bayangizama ngoba ngyaboniswa emaphusheni kodwa ngamadlozi wakithi nonkulunkulu abaphumeleli ngoba anginamngani angizuli futhi angivakashelwa ngiphuma makushoniwe ngfike ngsize njengomakhelwa mangqeda ngbuyela kwami. And that life works wonders for.me
kuyasiza ukwenzakanjalo mfwethu ngoba incane into abangena ngayo umuntu kanti sebezogadla
Kuthandaza kungumancoba🙏🙏🙏🙏🙏🙏
Sawubona cc ngcela ukubuza kuchazani ukuphupha iLanga lidansa. Amen
kubika imvumelwano phakathi kwezingelosi zakho nomhlaba ukuvumeleka kokuphakama kwesithunywa esinamandla olaka ezitheni zakho ukuthi ungabe usadumala zizokulwela kuzokhanya okuboshiwe kubhubhe izitha ezimise wena kungabibikho umuntu ozokwenza into ethandwa nguye empilweni yakho ukuphakama kwengelosi enjalo ihamba nokudlula kwabathize abaganga bemonele wena masekuyakhanya kube kuhle kuwe ugadiwe ngokunamandla leliphupho livusa ingelosi enjalo egade wena magumbomane omhlaba kuhle lokho
Kwenzeka konke lokhu okushoyo,kodwa yena akanalutho namanje ,angazi ngithini tjooo❤❤❤
Kodwa Smakade. Lapho ngingumuntu ohlalahlale acele ushintshi ongamashumi emathilom angakithi okuhlambuluka. I hope abacabangi ngyobaganga Nkosiyami. Sengogcina ngokucela koShoprite shwele ngeke ngphinde. Ngane zabantu ngaze zidideke zicabange ukuthi yim isgangi 🙏🏼. Siyabonga ukusicobelela gogo. UShembe akubusise.
ukucela ushintshi akufani nomumuntu ozocela ishumi nje hhayi ngoba efuna ushintshi umuntu ofuna umuphe noma aliboleke athi uzolubuyisa
Ey kwakwenzeka sengimjwayele weza wazocela I R2 ekuseni ethi uyathenga ushoda ngaye kukude kwakhe usengena Kim ..... ukuthi wayeyifunelani angazi....ingane yam ayitholi msebenzi.....ey kuningi ngalomuntu eyedwa
Siyabonga cc inkosi ikwandisele lento oyishoyo iqiniso got bless you ❤
YEYYY maMBOTHO ku rough zonke lezinto okhuluma ngazo ngiyazibona endaweni lapho ngigane khona ziyabuya kodwa ngabakhipha esikhwameni Nalapho ngathenga khona umuzi bavela ngababona kodwa uNKULUNKULU delivered maMASIBONGE
Iqiniso peli MaMbutho mina ngize ngalahlekelwa yingane yami noma ngiyaphila ingenxa yokuthi ngiphume nje kubona noNkulunkulu nedlozi lami ngisaphila noma kubuhlungu ngisele nomfana manje ngiyathanda ukusiqhwashisa ngabantu abafuna ukwazi ngezimpilo zethu kazi bayotholani ngalokhu abasebza kona 🙏
Syabonga Sisi Waze wangivula amehlo ngoba Kwenzeka njobuba uchaza kweyami impilo, Kodwa ngo nkulunkulu nedlozi ngyanqoba
Ngyabonga cc.ukubakhona kwakho.unkulunkulu angigcinele wena .ngyakuthanda cc wami❤
ngyabobonga kakhulu mfwethu unkulunkulu akwandisele okuhle
Be blessed my darling , ugogo omdala ngathi ngithengaviSite wayigxeka hhai ayilungile njani njani ,mina ngihlala ecottage dukuduku usekhande ibackroom uhambe ethi uzihlalisa mina ,uYanya nyi angisamtsheli lutho lapho usindisiwe kanti inja njaaa, ngiyambuka nje , cabanga bengimenzela konke ngoba engafundile nje mina ngiyathisha ngimsiza noma ngemali
Ei cc MaMbhutho ai uyakhuluma gogo syabonga, Mina ngihlala eMatikwe uqinsile impela nangalendawo isikuyo, ukhule nje gogo uloku usicathulisa, syabonga🙏🙏🙏💖💖
Amen 🙏 Ma uma umuntu ethakatha emndenini umbona ngani esebenzisa amahlozi
Ngibonga abadala abangembethe kudala bengilwela umakhelwane engenza okubi nhingaboni,till six sixabane, nami ngakhuleka kakhulu ngathola ikhaya likamoya ngafunda ngaqala ngaphuma emuntwini,ngaqala ngaphumelela -kwafika isikhathi ngayohlanjululwa kwaba wors ngazondwa kodwa ngoba sengifundile ngaphila ngedwa nabantwana bami ngaqala ngambona umthakathi.
Siyabonga ukuvulwa amehlo. Ave kunika i peace ukuba abantu bangazikutho ngawe
Sbonge maMbotho ngokusicwashisa. Ngiswele ayizinkulungwane. Uyasixhomisa ngempela. Makwande kukhanye. UJEHOVA nezidala zikusibekele❤
Amen inkosi ikubusise inqobe nezitha zakho ozaziyo nongazazi
Almighty God 🙏 Bless you moya ongcwele ibanathi nkosi kulesikhathi esinzima.
uNkulunkulu akukhave ngegazilika Jesu cc.Get more wisdom to almighty God 🙏.
😭😭😭Yhoo wamqeda umama umntaka ma wasala ekhuluma kuye ezindlebeni izinto ezimbi mihla yonke. Sikhangela usizo ngapha nangapha kunzima.
ngicela sikhulume ngocingo kodwa ufone ngolwesibili 0761433135
And the family also,kodwa abaphumeleli izehluleki,umthandazo qha.😇😇
kunjalo mfwethu umthandazo ungaphezu kwakho konke
Amen ngicela ukusizakala ungibhekele manje ku Whatsapp wakho since March awungiphenduli ngicela mhlampe enyi ndlela yokukuthola kubi ngisenkingeni kunzima
ngicela ukukubhekela ngolwesibili
Kunjalo nje.
Sithengiswa umndeni ezitheni zethu.❤
imvamisa kubanjalo impela
Cha abasithengisi sanhlobo . Bayasithakatha .Big Time !!!
Ngicela inamba yakho cc @@hxmbotho3458
@@TM-oj9wrLOL 😂
Kwenzeke empowering yam uqala komama bethu ,kuthi nakubantwana bethu
Siyabonga Gogo ngezincazelo ezijule kangaka. Kwandeeeee!!!!!!!❤❤❤❤
Thokoza gogo ,ngyabahlonipha kakhulu abakini abakumbathile bayakwembulela 👏babenothando nokukhathalela abanye abantu nethanda nenqubekela phambili kumuntu 😊
Yiqiniso lodwa mntase siyabonga ngencebiso cc❤
ngyabonga mfwethu
Mmmmm Waze waybeka sisi wam.konke okushoyo kuyiqiniso mina 20001kwaba njalo kodwi ngilosi yam.yaphika ukuzwana namubyebas umngani kuningi ojwenzeka kwagcina kuzuzeke umyeni wam ngokumkhipha ekhaya lethu esafikela kulo nanamhlanje ngasala neingane ngabo ubuthakathi ngoba yena wagcinesephuza strong bamzuza ngabutshwala yooo Kaz uzihlenga kanjan kulemimiya yobubi obungaka ngale komkhuleko🙏🙏🤍
Thokoza Dade wethu Siyabonga kunjalo ngiseSoweto Kobo mama wami ngifike khona last year bayacela bo nemali bathanda ukuyoboleka
Siyabonga sisi inkosi ikbusise.
Amen nakhelene nomakhelwane oyinazaretha yini ngyafisa sikhulume lendaba ngelinye ilanga
Ngiyazibonga ngokuthi ngizinike isikhathi Sami sonke ngikulalele namuhla ngivuleke amehlo bangilimaze kakhulu abantu engithi ngiphila nabo futhi bawusizo kimi bangibulale ngiphila ngiyabonga cc amazwi akho angakhile kakhulu inkoc ibenawo zikhathi zonke
My God bless you ..ibuhlungu injalo inyani esiphila phantsi kwayo
kakhulu mfwethu kubi
Hi sisi hayi washo entshweni mina ngaba boniswa lo ekunguyena imbangi yami ecasha ngadadwabo ephushweni ngabiue ngazobaboniswa bonke bephelele amantombazane asemzini owodwa kodw ngaghazi ukuthi ngiyilwe njani lempi siyabonga ngolwazi
leyompi iliwa idlozi kodwa yenza nje hamba unikelele abasemzini wakho bonke ubakhiphe esigodini sosizi ubakhanyisele izibani mase ubenzela isithebe sezinkukhu ucele umkhwenyana wakho abenzele mase ucela baninqobele izitha uzobona zizohlehla
You're a true blessing Mambotho,ae wa idea kwaqaqa may the Good Lord bless you and your family thanks again for your wisdom
Amen cc sacelabubuza incazelo ngophuphu uleqwa yinkomo and ikuluma...
inkomo ibika isitha sasekhaya ,iphinde ibike ulaka kwabangasekho abanganakiwe mase iletha inkinga ekhaya
Amen cc kushoni kushon kuphupha chamu akunafuns kukulums bese lolokuloyako utsi skskuhelp na
ngicela ungichazela kahle ngizokuphendula
Syabonga cc inamandla le ngoba bayakudoma kuqala
Ahawuuu wenkos ngiyamphupha nkos yam umakhelwane eza kam ezmboze ngezngubo ezmnyama😭😭
Siyabonga cc unkulunkulu akubusise kakhulu ukwazi ukuchaza ongathi akakuzwa ngabe uqamba wona amanga
Amen gogo from Eswatini kade ngi funa ukusuka ekhaya ngoba vele siyathakathwa.Uma kube bengingakhuleki ngabe sesafa.
Inkinga kuthi, imphilo indzima siya zama ku aplayela umsebedzi nsuku zonke. Kodwva akulula.siyabona kuthi kumele sihambe kulendawo kodwva asazi kanjani , njengobe umsebedzi
cha angilishiyi ikhaya kodwa bika emsamo ukuthi usaya kwenye indawo la kungazobakhona umuntu owazi ngawe ukuze impilo iye phambili
Thokoza gogo thank you so much you have helped me a lot may God bless you are so true and may God bless you
Thokoza I don't know whether this is aloud I can help dis person and I promise 👏👏🧜♀️🧜♂️🙏🙏
Joo kunjalo gogo.bakhona omakhelwane abangenza kanjalo .ngisho nje abasasikhulumisi .ngisho neengane zakhona.kwangathi usho mina
Iqiniso lonke. Ngazi kahle. Siyabonga MaMbotho
ngyabonga mfwethu
Maye! Maye Gogo yazi nkosi yam Gogo iqiniso nezami ngane zivele nje zangixaka kodwagogo ngizhlala ngithandaza
Siyabonga Gogo, kwake kwenzeka kimi...
Mmmm wazewayichza jesuu ngoba umuntu uphila kabuhlungu shm
Mhhh kodwa ccwm sinenhlanhla ngawe syabonga ngkuphiwa lesihloko osivula amehlo ngaso thokoza gogo👏🤝
Siyabonga Gogo Mina Nginokumphupha Umuntu Most Of The Time Ngiphupha Ngilwa Nabantu Engingabazi Mangibanqoba Sengibona Engimaziyo Hawu Kanti Lomuntu Sibangani
Uthini uNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, izinyanga, abathakathi, amadlozi, amasonto, nangamasiko? Leviticus 19:31,Duteronomi 18:10-12,Isaiah 8:19,Roman's 10;1-3,2thimoty 4:3-4,Mark 7:7-9,13.
Sawubona Mama Mbotho. Siya Thokoza nge nfundiso yakho. Ngisacela uyendze iVideo, nga maphupo aku phupa umuntu or wena uzishutha isithombe.
Ukuphupa u bambe iphone ubona izithombe zakho. Ngiya bonga 🙏🏽
Makwande 🕯️
Mina ke mama abathakathi ngiya ba bona nga mehlo wami ebusuku ngilele.
Bakuthwebula, bakucuya emandla
ngizoyenza mfwethu kodwa lawo maphupho ahambisana nokuthwetshulwa kanye nokuvalwa komthandazo wakho ukuthi ungezwakali
Mambotho itholakala kanjani inamba yakho yooo👏👏
Sawubona maMbotho,siyabonga kakhulu 🙏🏽
ngyabonga mfwethu 0761433135 kunomntwana womfana engicela ukubuza ngaye kuwe ufone ngolwesibili ntambama
Sawubona mama
Ngizo kwenza njalo, kusasa 🙏🏽
Thank you sis hey ngiyayibona yonke leyonto empilweni , kodwa ngizokhuleka
Weeee nam ukhona engihlezi naye lapha akaloyi weeee umfazi wase next door yam uze akasangikhulumisi kodwa akukho esikubangile😂😂😂😂😂
banjalo lezizinto aezimbi afuna zenzeke kuwe azenzeki mase eyadinwa angafuni nokuthi umukhulumise
Siyabonga cc wamie wangipha Amandla
Mmm.... Injalo nje! Sis syabonga kakhulu🙏
I can relate. My father in-law and Mother in-law they have isitwalo and it has separated my marriage with my wife.
God
🙏🙏🙏hey saze safunda okuningi Nkosi yam ubusiseke njalo njee gogo ♥️
I am facing the same challenge, they used my children until I cut relationship between myself and my children
Our front opposite neighbor,haayi uyathakatha loMama
Eyi ungasayiphathi emzinyathi kwantabende siphelile nkos'yami...inqubekela phambili ayikho izikole kanye nemsebenzi ayihlangani ...kunalokho intsha iphuza uwaya waya😢💔
kunjalo mfwethu kodwa sibonga abantu abangasekho ukuveza lendaba ngoba bebona imizi yabo ichitheka ngoba makubhubha intsha ifile leyomizi ikhona indlela esizohlela ngayo ukulwa lempi ngizokwazisa ngoba akusiyo impi yamanje le kodwa nginethemba lokuthi kuzolweka
Siyabonga dadewethu ngemfundiso zakho ezakhayo ..uqhubeke njalo usincelise ulwazi ...ngikufisela konke okuhle empilweni ...ungadikibali ukusidlulisela imiyalezo yakho ephilisayo ..kwande🤝🏾
UThixo esenathi sizogcina ngokunqoba
Nkosi yam sisi Hlengiwe kunjalo ekhaya, singabantwana abayi 4 kumama wam , abafana bathathu kube ndim kuphela intombazana kodwa mnye kuphela osebenzayo ngulo welama mina.Ndifundile kodwa ubomi bumile ngize ndabaneminyaka eyi 51this year zange ndasebenza,obrother bam abayi 2 basela utywala kakhulu,ubom bunzima kakhulu yhuu since 1999 ndifuna umsebenzi andiwufumani ngicela uncedo
Syabonga Sisi Waze wangivula amehlo
So true siswam m dealing nenkinga yokungalali ebsuku izilwane everyday
Syabonga MaMbotho wazewalikhuluma iqiniso baphelile abantu yobuthakathi
kunjalo mfwethu
Thokoza gogo ey wakhuluma indaba ejulile, lama stages owabalayo ngathi uxoxa indaba yami mina nje ngikhule ngithakathwa kusukela ebuncaneni bami umama ethuthele kuyo lendawo esihlala kuyo manje till today, before I even knew or have an understanding yokuthi nginesiphiwo sabantu abadala njalo ngibaphupha , manje isijule kakhulu indaba yami nabo ngoba I can see right through them nabo bayangbona ukuthi angihleki nencane ehlekisayo bangcolile and angizihlanganisi nabo sekunzima nokungibuza ngempilo yami indlela abangishalazela ngayo ngoba bayabona imizamo yabo yeminyaka ayiphumeleli… angisathandi ukuhlala kuleyandawo but ngenxa yesimo ngihleli, umkhuleko nedlozi or izidalwa zami ezingembethe ezingivikelayo kukho konke and ngiyabavuma bangivikelile lababantu engihamba nabo angisoze ngabadela ngiyafisa ukulandelela ubizo lwami ngenze i purpose engayzelayo la emhlabeni ngihlenge nomndeni wami ngoba kuningi kakhulu okwenzeka kulowamndeni, I’m at a point of u enough is enough.
kuhle mfwethu ngoba usubonile futhi usuyazi ukuthi ubhekene nani ngoba kubuhlungu ukulwa nezitha ongacabanga ukuthi zikude kanti cha ziseduze uNkulunkulu nedlozi bayokuvukela njalo nawe ungavumi nawe ungaziyisi esitheni usubonile mfwethu
So true, kodwa sosinda uma sikhuleka ukuze isithunywa singaphel amandla. Ngeke balunge.
Umthandazo nkosiyami
Ufumaneka njani kaloku akukho numbers zakho apha Hlengie. Ndiyafuna ukhuluma nawe but no numbers.
0761433135 ufone ngolwesibili
Thanks sesi 😭 wavela wangi profita 🤞ngiyabonga ❤
kuzolunga mfwethu wakhuliswa ugogo nomkhulu yini kuthi mangiphendula kuvela bona eduze nawe
Cc unjan syabonga ngokuzfundisa. Ngsacelu kbuza ukuth makubabokzalayo umisa kanjan 😢 ngoba sekwaze kwafikumawakhe wathi ngizcuphe mina kzofa ubaba. But ngyasaba ngoba uyangzala
Uba umawakhe akasekho, hamba phela uyofuna usizo vele, sebemkhumbulile ubaba. Akayophumula. Kubuhlungu man ukuthakathwa umzali wakho..😢 As for me I wouldn't think twice, if kusho wona amathongo, I'd do it, kodwa not by my will.
@@User06709 usaphila ubaba,,, ithongo selize langkhombisa nokuthi ngimcuphe kanjan
lalela ngizokwenzela ivideo echazayo konke lokhu ukuthi uma kuwumndeni ogangayo wenzanjani
@@hxmbotho3458 singajabula maMbotho uma ungasenzela
Mina ngiphuphe uAnti wami ongasekho owangikhulisa, eshayela imoto siya eTown, manje kubonakala ngathi kuhlwile, nendlela inezigodi. Ngase ngicela ukuthi makushayele mina, kodwa uma sengishayela sekungathi senginomama wami,naye ongasekho. Kodwa labanti abakhulumi, kwabonakala sekukhona nabodadewethu bonke abangasekho bekhona bebaningi kodwa abaxoxi. Inga be kusho ukuthini?
Njn gogo bengicela ukubuza kuchazani ukuphupha usesikoleni ufunda after lapho nigcina seninquma inkukhu ezimhloph e liyangihlupha leli phupho
isikole siyisigodlo sabantu bakini lapho bekukhombisa ukuthi indlela owenza ngayo izinto iyakhulu noma awuqhubekeli phambili kodwa leli elakho likhomba ukuthi abantu bakini bathi ubofunda phela ukuthi umuntu kuyabakhona akwenzayo okuyizithebe noma ezenkukhu ukuze bezokupha noma bakwenzele okufisayo nawe shukuthi bathi bayakucela okuyizinkukhu ezizokhanyisa kubona kuze kukhanye nakuwe
S'yabonga Hlengiwe😮. Iqiniso lodwa olikhulumayo
Thank you very much Hlengiwe may God bless you abundantly ❤
ngyabonga mfwethu
Lomakhelwane ngalahlekelwa duku lesonto engalinikwa mfundisi ngigula ngengqonde sekuthingelinye ilanga sengimbona elishuqilile ngingaphuphi ngibonanje emini
Manje angisatholi amasimba ekuseni mangivuka esangweni lakwami..sekungamakhandlela abomvu avuthayo
thola amanzi athandazelwe abusisiwe uwafake egcekeni uwambele phansi ngezigubhu ezincane noma zejuice
Abanye gogo ma ubahlula uze akusukele nje ungenzanga lutho ,lo o waye busy ngami waze weza wangishaya emahlombe nge speyitigharavu ngazibuza yini kanti kangaka kanti isitha
😢😢ngyabonga cc waze wangivusa.
Singenza njani ukuphuma kulezizimo ngoba vele sekumoshakele,siphile nezitha zethu zasimoshela konke okuhle ebesinakho 💔💔💔
ngizoyenza ivideo
❤sengikzwile mina cc wam
Yhoooo
Waze waythetha into Sis wam
That's the experience endikuyo
Siyabonga Gogo kwande
Amen
Hhawu mina ngifisa nje ngangithi wenza ubukhelwane kanti use funa indlela yokungenabangibekela ngestroke kodwa nganqoba
bayahlupha kakhulu bahlushwa umona
Thokoza amen gogo emini ninjani ngisacela ukubuza manje nje ngiphupha ngishelwa yindlu yomunye umama engimaziyo engathi ishe ngenxa yami lendlu kwafika abantu bayicima kodwa yasha ngaphakathi kuphela impahla kwabe after isicimile kwaba sengathi sesihleli phansi kwathiwa silinde umuntu oyisikhulu samaphoyisa kuzokhulunywa lendaba safikake lesikhulu siphelezelwe iveni yamaphoyisa ngathuka ngaphaphama Sisi ngicela ukubuza ukuthi engabe kusho ukuthini
Sawubona sisi. Kushoni ukuphupha umuntu omazi aphathekile noma umazi agula uphupha adla igazi.
uma edla igazi lokho kubika ukuthi anakho aziphilisa ngakho kuqhamuka ngezinyembezi zabathize abasebuhlungwini ngenxa yakhe ukuze aphumelele,uma egula ebe engaguli kubika ukuthi uzogula lokhu okungamdlulisa emhlabeni ngenxa yesililo sabathize .leliphupho liqonde ukuthi uzoguliswa izinyembezi zabakhalayo ngaye
@@hxmbotho3458
Ngiyabonga impendule sisi🙏🙏🙏
Siyabonga cc ngathi ukuluma Nami qobo
akunqobele izitha umdali
Lento yenzeka ekhaya umakoti wakithi usingenelele bathi ubuya nabo la ezalwa khona then unomona akabona sikhula kahle then abantwana bakhe bacishe balingana nathi izinto zabantwana azihambi kahle then umona wasuku khona lapho cha yena uyahlupha kakhulu
O ukhuluma iciniso yoooo.ngikulandela lana ku uchube,kodwa ngingu mthandazi ,ngiya ba bona nàe maphuphrni,mama ngiya bonga
ngyabonga mfwethu
Wayibeka Montana wabantu,nami ngahlangana nako lokho empilweni kodwa manje angisafuni lutho.ukubona Kanye ukubona kabili.
Ayi shame KwaMashu khona ave bethakatha and ngiyabuqala ubuthakathi obungaka umuntu ube ungamenzanga lutho abenomona nje ngawe amoshe impilo yakho 😭😭😭😭
kunjalo mfwethu uthakathelwa ukuvuka uhleke umona mukhulu kakhulu kodwa kuzolunga sizolenza uhlelo
Yebo sisi u Jehovah uzoba nathi
@@hxmbotho3458Gogo ngiyaqala ukungena kwi Chanel yakho konke okukhulumayo kuyenzeka kimi ngingakuthola kanjani ubuso nobuso ngiyaludinga usizo lwakho ukuphi nendawo sengihluphekile kuningi okunye amaphutha ami ngingawalungisa alunge kodwa ngihluphekile kakhulu
Nkonke lokhu okushoyo kwenzeka kimi uqobo emsebenzini angisafunwa muntu ngafika nga this asihlanganisen imali sithenge upolish kuthiwa zenza ntono nasekhaya manje asizwani kubuhlungu nje konke
Syabonga cc ..vele benza njalo.. Umona
yebo kunjalo
Wake wangidunusela😂😂
Yebo ikona loko ngize ngamuphupha engijaha nge bicycle ethi uzongithola enqunu. Ngibaleka mina ugcine engangitholanga kodwa
ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha ugqoke amabeards wabantu abadala futhi namacici
Mina sengaze ngashada phambikwakhe umthakathi futhi ngicela bangafi baptize basazobona impumelelo ezayo,basazongibukela baze baphelelwe imali yokuyoloya.
Ubeka iqiniso elingaxokelelwe ,avafuni Kubota okuhle bafuna kubemnyama kuphela kwavanye abantu
Iqiniso cc nathi simelwe umfundisi waseziyoni uze ahambe esikhuluma kubantu ethi asimniki lutho ayicelayo ayikho into abengayifuni wasidayisela indawo ngenkulu imali le sayikhokha sayiqeda bt ufuna kith kwani kwamali ngithi anginayo ushintshi o1r vele ngithi anginawo uthi umah uzwangami ngithi ayazani ke angangijwayele
zange ndahlola kuwe kodwa ngevideos nje ndiyakuvuma mntakwethu, phambili nomsebenzi wabadala owenzayo, ndingathetha kuse mna ngokuthakathwa yade yazobayi best friend kodwa ndibonga ilihlo lokubona izinto ezensiwa enfihlakalweni ngoba ndikholelwa ekubeni ebonakeleyo ayisabinamanndla. Amen,
Siyabonga cc Pho wenzenjani
umthandazo mfwethu 6,9,12,4